Jump to content

Umngcikisho wemininingo

Mayelana Wikipedia

Umngcikisho wemininingo ubhekisela ekwakhiweni kwezimiso ukuze kuvunyelwe ukubuthwa nokusetshenziswa kwemininingo. Le mininingo ivame ukusetshenziselwa ukwenza isihlaziyo nenzululwazi yemininingo; okuvame ukubandakanya ukufunda kwenguxa. Ukwenza imininingo ukuba isebenziseke kuvame ukubandakanya ukucikiza okukhulu nokuqoqongwa, kanye nokudludlunga imininingo.