Umxube
Umxube, noma umxube wevanga noma isiqa esiwumxube, isiqa esakhiwa amachembe amaningi afanayo aqukethe amachwe avela enhlweni engaphezu kweyodwa ahlanganiswe ndawonye isibhonqi zevanga. Ichembe elinamachwe enhlwa eyodwa akuwona umxube. Umxube ungadluliselwa kwesinye isiqa ngokulumbana kwevanga, okungabandakanya ukunanana nezinye iziqa.Kulenqubo, izibhonqi phakathi kwamachwe zingagqashuka futhi/noma izibhonqi ezintsha zingakheka.