Jump to content

Dingiswayo

Kubuya ku Wikipedia

iMvelaphi

[hlela | Hlela umthombo]

uDingiswayo wayekade eyiNkosi YakwaMthethwa. Wathatha isihlalo sobukhosi emvakokuthi kukhothame inkosi uJobe.wayekade ebalekile kwaMthethwa. uDingiswayo wayekade ekhaliphile kakhulu. Ngnkathi esagcwele izinkalo wadibano noMenzi kaNdaba, uShaka kaSenzangakhona....naye owayekade ehambaehlala benonina nodadewabo. Wazenzela ugaxi noShaka baphenduka abangane abakhulu.nanxa uShaka esebusa Kwa-bulawayo wayesebezisana noDingiswayo ukunqoba izitha ezifana noZwide ka Langa. uDingiswayo wanqothwa Amaphela kaZwide ka Langa ikhanda lakhe lathathwa layohlobisa ilawu likaNtombazi kanye namanye amakhanda. Ithuna lengonyama uDingiswayo litholakalo kwa Khekhekhe.

uDingiswayo
iSilo samaThethwa

Wabusa Ngasekupheleni kwekhulu le-18 – Ekuqaleni kwekhulu le-19
Umandulli uJobe kaKayi
Umelami uShaka kaSenzangakhona (waphinde wahlanganiswa noMbuso wakwaZulu)
Igama
uGodongwana
UYise uJobe kaKayi
INkolo Inkolo yesintu