EMadadeni
Appearance
EMadadeni yilokishi elingaphansi kwesifundazwe saKwaZulu-Natali, ngaphansi kwesifunda Amajuba eNingizimu Afrika. Leli lokishi lakhele idolobha elinesiBhedlela esidumile khona kulendawo yaseNewcastle. Lena indawo edume kakhulu ngokuba yindawo enhle nemvelo yalo kanti futhi alikho kude noDolobhakazi elikhulu okuthiwa iseGoli/ KwaNyama KaziPheli kuphela amazinyo endoda.[1]
Izwe | INingizimu Afrika |
Isifundazwe | IKwaZulu-Natali |
Isifunda | Amajuba |
Umasipala | Newcastle |
Ubukhulu bendawo | 27.96 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 119 497[2] |
Izinhlanga[2] |
|
Izilimi[2] |
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ https://www.ajol.info/index.php/sajchh/article/view/172558
- ↑ 2.0 2.1 2.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.