INyakatho Kapa
Appearance
(Redirected from IKipi laseNyakatho)
INyakatho Kapa (isiBhunu: Noord-Kaap; isiTswana: Kapa Bokone; IsiNgisi: Northern Cape) yisifundazwe saseNingizimu Afrika.
ibheji lesifundazwe | |
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
Izwe | |
Isiqubulo | "Sa ǁa ǃaĩsi 'uĩsi" "Strive for a better life" |
Idolobha elikhulu | iKimberley |
Ubukhulu bendawo | 372.889 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 1 145 861[1] |
Inani labantu (ngo-2019) | 1 263 875 |
Izilimi[1] | |
Izinhlanga[1] |
|
Isiqongo | iKimberley |
UNdunankulu |
Zamani Saul (ANC) |
Iwebhusayithi | www.northern-cape.gov.za[dead link] |
Ngobukhulu bendawo, lesifundazwe sikhulu kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika kodwa ngokwenani labantu sincane kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika. Isiqongo salesifundazwe iKimberley.
Izilimi
[hlela | Hlela umthombo]Izilimi ezikhulunywa kakhulu kulesifundazwe isiBhunu kanye nesiTswana.
isiBhunu isiNgisi isiXhosa | isiTswana Alukho ulimi okudlula ezinye izilimi |
Amaphethelo
[hlela | Hlela umthombo]Lesifundazwe sinamaphethelo namazwe amabili;
eNingizimu Afrika lesifundazwe sinamaphethelo nalezifundazwe;
- INtshonalanga Kapa (eningizimu)
- IMpumalanga Kapa(eningizimu mpumalanga)
- IFuleyisitata (empumalanga)
- INyakatho-Ntshonalanga (enyakatho mpumalanga)
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.
Izifundazwe zaseNingizimu Afrika | |
---|---|
iFleyistata • iGauteng • Nyakatho Kapa • Ntshonalanga Kapa KwaZulu-Natal • Mpumalanga Kapa • Limpopo • Mpumalanga • Nyakatho-Ntshonalanga |