INzululwazi yoKwaziswa

INzululwazi yokwaziswa umkhakha wezemfundo ephakeme onake ngokuyinhloko ukuhlaziywa, ukuqoqwa, ukujinjwa, ukulunjwa, ukugcinwa, ukuhoshwa, ukunyukuza, ukusetshalaliswa, nokuvikelwa kokwaziswa. Abakulomkhakha nabangaphandle kwawo bafunda ngokusebenza nokusetshenziswa kolwazi ezinhlanganweni okwenezela ekunananeni okuphakathi kwabantu, kanye nanoma yiziphi izimiso zokwaziswa ngenjongo yokudala , ukwenana, ukuthuthukisa noma ukuqonda izimiso zokwaziswa.
Uqeqesho nemikhakha ehlobene
[hlela | Hlela umthombo]Ngokomlando, inzululwazi yokwaziswa seyiguquke umkhakha woqeqesho oxubile, ogqoba futhi uncele kweminye imikhakha ehlukene.[1]
Izisekelo eziwumnyombo
[hlela | Hlela umthombo]- Ezokucikiza nobuchule: informatics, inzululwazi yesiCikizi, INzululwazi yemininingo, inzululwazi yehleloxhumano, Umchachiso wokwaziswa, umchazazibalo olubandlu, Izibalomininingo nezesihlaziyo
- Ukuhlelemba ukwaziswa: Inzululwazi yomtapolwazi, Inzululwazi yomqogelelo, Inzululwazi yemibhalo, ukumela kolwazi, Izifundo zenhlangano
- Imingako yomuntu: Ukuxhumana lomuntu necikizi, umchazamqondo wengqondo, Ukucondoza kokwaziswa, umchazalwazi weenhlalo,[2] injulalwazi yokwaziswa, Ezokuziphatha kokwaziswa nezifundo zenzululwazi nobuchwepheshe.
Imimongo esebenza kuyo
[hlela | Hlela umthombo]Izindlelasu zenzululwazi yokwaziswa zisetshenziswa ezidlangaleni ezimbalwa, okubonisa ukuhwexuza koqeqesho nokuba sesikhathini kwawo. Imikhakha esetshenziswa kuyo eyinhloko ihlanganise:
- Inzululwazi yezempilo nempilonhle: health informatics, bioinformatics
- Imimongo yezesiko nezenhlalo: digital humanities, computational social science, social media analytics, social informatics, computational linguistics
- Ukwaziswa kwezindawo: geographic information science, environmental informatics
- Ezinhlanganweni: Ukuphathwa kolwazi, business analytics, decision support systems, information economics
- Ezokulawula nesilondozo: ILondosicikizi, intelligence analysis, information policy, IT law, legal informatics
- Kwezemfundo nokufunda: educational technology, learning analytics
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Yan, Xue-Shan (2011-07-23). "Information Science: Its Past, Present and Future". Information. 2 (3): 510–527. doi:10.3390/info2030510.
- ↑ Fallis, Don (2007). "Social Epistemology and Information Science". Annual Review of Information Science and Technology. 40 (1): 475–519. doi:10.1002/aris.1440400119.