Inkathi yokwaziswa

Inkathi yokwaziswa (eyaziwa nangokuthi iNkathi yesiCikizi, iNkathi yezezibhangqiwe noma isiKhathi solwazi) iyinkathi yomlando eyaqala phakathi kwekhulu lama-20. Lenkathi yaziwa ngokugudluka kusuka ezimbonini ezazijwayelekile, ezasungulwa ngesikhathi seNguqulo yeziMboni, kuya emnothweni ogxile ebuchwephesheni bokwaziswa.[1] Isileke seNkathi yokwaziswa sixhunyaniswa nokuthuthukiswa kwesiqhebanzuba (transistor) ngowe-1947,[1] isiqongisi senxoza ngowe-1957,[2] kanye ne-Unix time,[3] okwaqala mhla zi-1 ngoMasingana 1970, futhi isebenza njengesiseko sesiKhathi sendawoyonke esixhunyaniswayo (Coordinated Universal Time) kanye neGumelo lesiKhathi soXhoxho (Network Time Protocol). Lezi ntuthukiso zezobuchwepheshe zibe negalelo elikhulu endleleni yokudludlunga nokufufukisa ukwaziswa.
- ↑ 1.0 1.1 Cite error: Invalid
<ref>
tag; no text was provided for refs namedManuel
- ↑ Grobe, Klaus; Eiselt, Michael (2013). Wavelength Division Multiplexing: A Practical Engineering Guide. John T Wiley & Sons. p. 2.
- ↑ "General Concepts - Seconds Since the Epoch". pubs.opengroup.org. Archived from the original on 2017-12-22. Kulandwe ngomhlaka 2022-08-29. Unknown parameter
|url-status=
ignored (help)