Izinhlolanswebu
Appearance
Izinhlolanswebu ziwukuhlolwa komzimba nokuqaqululwa okuhlobene nezinkondolo zabantu. Ukuqinisekisa ngenhlolanswebu kuyasetshenziswa kunzululwazi yesicikizi njengolunye uhlobo lokuhlonza nokulawula ufinyelelo. Kuphinde kusetshenziselwe ukuhlonza abantu emaqenjini aqashwe ngendlozabukhoma.
Izinto eziphawula inhlolanswebu ziyizinkondolo ezilinganisekayo ezihlukahlukene, ezisetshenziselwa ukuphawula nokuchazisa umuntu. Lezi zinto eziphawula inhlolanswebu zivame ukujinjwa njengezinkondolo zokuma komzimba womuntu. Izibonelo zazo zihlanganisa izintupha,[1] intende yesandla, inhlonzabuso, uLibofuzo, ubumo besandla, ukuhlonza iso, iphunga, iphimbo, ubumo bezindlebe nokunyathela.
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Cao, Liling; Ge, Wancheng (2015-03-10). "Analysis and improvement of a multi-factor biometric authentication scheme: Analysis and improvement of a MFBA scheme" (in en). Security and Communication Networks 01 (4): 617–625. doi:10.1002/sec.1010. https://onlinelibrary.wiley.com/doi/10.1002/sec.1010.