Jump to content

UmNgcikisho wokwaziswa

Mayelana Wikipedia

UmNgcikisho wokwaziswa uqeqesho lomngciksho oluphathelene nokukhiqizwa, ukusatshalaliswa, ukuhlaziya, kanye nokusetshenziswa kokwaziswa, imininingo, nolwazi ezimisweni.[1][2][3][4][5] Lomkhakha waqala ukuhlonzeka ekuqaleni kwekhulu lama-21.

An example of object detection (a stop sign) in computer vision.
ukuhlongwa kwento ophawini lokuma

Izigcoyi zomngcikisho wokwaziswa zihlanganisa eminye imikhakha yomkhanyango efana nokufunda kwenguxa, uHlakahlisombulu, Ukudludlungwa kwesiyabizo, nombono wokwaziswa, kanye neminye imikhakha esetshenziswayo efana nombono wesiCikizi, ukudludlunga ulimi lwemvelo, bioinformatics, ukuCikiza umfanekiso wezokwelapha, cheminformatics, ezezithununu ezizihlelelekayo, ezezithununu ezintintayo, kanye nezokuxhumana.[1][2][5][6][7] Iningi lwalemikhakha ludabuka kwinzululwazi yesiCikizi, nakwamanye amagatsha womngcikisho afana nomngcikisho wesiCikizi, umNgcikisho wamazuba, nomngcikishampilo.

An example of clustering in machine learning.
Isibonelo senhlaziyo yesihlukuthu esetshenziswa ekufundeni kwenguxa

Umkhakha womngcikisho wokwaziswa wesekwe kumchazazibalo, ikakhulukazi probability, izibalomininingo, umqaqululo...

Abangcikishi bokwaziswa bavameTemplate:Cn ukuba ngabantu abaneziqu kumngcikisho wokwaziswa nemikhakha ehlobene, futhi bavame ukusebenzela izikhungo eziseqhulwini kulomkhakha.[8][9][10] Bavame ukuqashwa kuzo zonke izimboni ngenxa yokusebenza kabanzi komngcikisho wokwaziswa.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. 1.0 1.1 "2009 lecture | Past Lectures | BCS/IET Turing lecture | Events | BCS – The Chartered Institute for IT". www.bcs.org (in i-English). Archived from the original on 12 October 2018. Kulandwe ngomhlaka 11 October 2018.
  2. 2.0 2.1 Brady, Michael (2009). "Information Engineering & its future". Institution of Engineering and Technology, Turing Lecture. Kulandwe ngomhlaka 4 October 2018.
  3. Roberts, Stephen. "Introduction to Information Engineering" (PDF). Oxford Information Engineering. Kulandwe ngomhlaka 4 October 2018.
  4. "Department of Information Engineering, CUHK". www.ie.cuhk.edu.hk. Archived from the original on 15 May 2021. Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.
  5. 5.0 5.1 "Information Engineering | Department of Engineering". www.eng.cam.ac.uk (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.
  6. "Information Engineering Main/Home Page". www.robots.ox.ac.uk (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.
  7. "Information Engineering". warwick.ac.uk (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.
  8. "Academic Partners and Affiliates 2017/2018 – The IET". www.theiet.org (in i-English). Archived from the original on 4 October 2018. Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  9. "Electronic and Information Engineering – Imperial College London". Times Higher Education (THE) (in i-English). Archived from the original on 3 October 2018. Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.
  10. "Accreditation of the MEng | CUED undergraduate teaching". teaching.eng.cam.ac.uk (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 3 October 2018.