Ulundi
Appearance
Ulundi/Ondini , okubuye kuthiwe iseMahlabathini , isidlidli esingaphansi kukaMasipala wesiFunda saKwaZulu . Sake saba inxuluma eliyikomkhulu loMbuso wakwaZulu eNingizimu Afrika saphinda kamuva saba inhloko yeBantustan yaKwaZulu , uLundi manje luseSifundazweni saKwaZulu -Natali (okuthe, kusukela ngowe-1994 kuya kowe-2004, yashintshana noMgungundlovu njengenhloko yesifundazwe. ). Lesidlidli manje sesinesikhumulo sezindiza okuthiwa Ulundi Airport , ihhotela likanokusho(three-star hotel), kanye nezigcinamagugu. Ngokubalwa kwabantu kwangowezi-2024 , inani labantu balesidlidli laqoshwa ngokuthi bayi-30,828.
Izwe | INingizimu Afrika |
Isifundazwe | IKwaZulu-Natali |
Isifunda | Zululand |
Umasipala | Ulundi |
Ubukhulu bendawo | 16.62 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 19 840[1] |
Izinhlanga[1] |
|
Izilimi[1] |
|
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.