Umtapolwazi wezezibhangqiwe
Appearance
Umtapolwazi wezezibhangqiwe (ophinde ubizwe ngokuthi umtapolwazi okuxhakaxholo) uyisizindamininingo soxhakaxholo sezinto zezibhangqiwe ezingahlanganisa isiqakaqo, izithombe ezimile, izialelwa, ividiyo, imibhalo yezeaibhangqiwe, noma ezinye izinikino izinsizakuxhumana zezibhangqiwe noma umtapolwazi otholakala ngoxhakaxholo. Izinto zingaqukatha isiqikili esibhangqisiwe esishicilelwe noma izithombe, kanye nesiqikili esikhiqizwe ngezezibhangqiwe ngokwendabuko esinjengamahele esidludlungamazwi noma izixhomo zasezinkundleni zezokuxhumana .