Inanda

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

Inanda yilokishi eliKwaZulu-Natali, eNingizimu Afrika. Leligama elithi "Nanda" lithathelwe egameni elithi "Nandisa". Lelilokishi lilawulwa umasipala weTheku. Abantu abagcwele kulendawo ngamaZulu. Lelilokishi liyindabuko yabantu abanjengo; John Langalibalele Dube kanye no Mahatma Gandhi. Ibandla lamaNazaretha lasungulwa kulendawo.

Inanda
Izwe INingizimu Afrika
Isifundazwe IKwaZulu-Natali
Umasipala eThekwini
Ubukhulu bendawo 26.81 km²
Inani labantu (ngo-2011) 158 618[1]
Izilimi[1]
Izinhlanga[1]

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.