Inkandla
Appearance
INkandla yisidlidli esiKwaZulu-Natali, eNingizimu Afrika. Lesidlidli siyikomkhulu loMkhandlusidlidli wendawo yaseNkandla, futhi siyisifunda lapho umuzi walowo owayengumengameli weNingizimu Afrika uJacob Zuma wakhiwe khona. Umuzi wakhe usendaweni engamakhilomitha angama-40 ngaseningizimu yesidlidli saseNkandla, ngaphesheya kwehlathi laseNkandla endleleni ebhele eKranskop.
umgwaqo oya eMnyakanya High School, eNkandla | |
| Izwe | INingizimu Afrika |
| Isifundazwe | IKwaZulu-Natali |
| Isifunda | King Cetshwayo |
| Umasipala | Nkandla |
| Ubukhulu bendawo | 7.00 km² |
| Inani labantu (ngo-2011) | 3 557[1] |
| Izinhlanga[1] |
|
| Izilimi[1] |
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- 1 2 3 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.
| ||||||||||||||