EGoli (isifundazwe)

From Wikipedia
(Redirected from Gauteng)
Jump to navigation Jump to search

EGoli noma IGoli (Suthu, Tswana, isiNgisi: Gauteng; Tsonga: eXilungwini; Xhosa: iRhawuti) isifundazwe saseNingizimu Afrika. Ngobukhulu bendawo, lesifundazwe sincane kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika, kodwa ngenani labantu lesifundazwe sinkulu kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika.

EGoli (ngesiZulu)
Gauteng in South Africa.svg
Indawo yeGoli eNingizimu Afrika
Isiqubulo "Unity in Diversity"
Izwe INingizimu Afrika
Idolobha elikhulu iGoli
Ubukhulu bendawo 18 176 km²
Inani labantu (ngo-2011) 12 272 263[1]
Inani labantu (ngo-2019) 15 176 115
Izilimi[1]
Izinhlanga[1]
Isiqongo iGoli
UNdunankulu
David Makhura (ANC)
Iwebhusayithi www.gautengonline.gov.za

Igama elithi "Gauteng" ngesiSuthu nangesiTswana lisho ukuthi Kwindawo eneGolide ngamafuphi "iGoli" noma "eGoli" ngesiZulu. Abantu baseGoli bakhuluma lezilimi; isiZulu, isiTswana, isiNgisi, isiBhunu, isiSuthu, isiXhosa, isiPedi kanye nezinye. iGoli liyisifundazwe esicebile eNingizimu Afrika futhi sihlobe ngamabhilidi amakhuluku. Indawo yokuhwebela eGoli ibizwa nge-Johannesburg Stock Exchange (JSE), ise-Sandton kwelinye lamadolobha acebile e-Afrika yonkana.

Amadolopha amakhulu eGoli yiGoli nePitoli.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

Okuhlobene[hlela | Hlela umthombo]


Izifundazwe zaseNingizimu Afrika Ifulegi laseNingizimu Afrika
iFleyistataiGauteng • Nyakatho KapaNtshonalanga Kapa
KwaZulu-NatalMpumalanga KapaLimpopoMpumalangaNyakatho-Ntshonalanga