IMpumalanga
Appearance
IMpumalanga (IsiSwazi: iMpumalanga; isiNdebele; IMpumalanga; isiTsonga: Humadyambu; IsiBhunu, isiNgisi, IsiSuthu: "Mpumalanga") yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Sinamaphethelo namazwe amabili, iMozambique kanye naseSwazini.
ibheji lesifundazwe | |
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
Izwe | |
Isiqubulo | "Omnia labor vincit" "Labour will Conquer All" |
Idolobha elikhulu | iMbombela |
Ubukhulu bendawo | 76.495 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 4 039 939[1] |
Inani labantu (ngo-2019) | 4 592 187 |
Izilimi[1] | |
Izinhlanga[1] |
|
Isiqongo | iMbombela |
UNdunankulu |
Refilwe Mtsweni-Tsipane (ANC) |
Iwebhusayithi | www.mpumalanga.gov.za |
Lesifundazwe sasungulwa ngo-27 kuNdasa ngo-1994. Ngesikhathi sobandlululo lesifundazwe sasiyingxenye yesifundazwe i-Transvaal. Isiqongo salesifundazwe iMbombela.
Amaphethelo
[hlela | Hlela umthombo]IMpumalanga inamaphethelo namazwe amabili;
- iMozambique (enyakatho mpumalanga)
- Eswatini (empumalanga)
eNingizimu Afrika lesifundazwe sinamaphethelo nalezifundazwe;
- iGoli (entshonalanga)
- ILimpopo (enyakatho)
- IFuleyisitata (eningizimu ntshonalanga)
- IKwaZulu-Natali (eningizimu)
Izilimi
[hlela | Hlela umthombo]Izilimi ezikhulunywa kakhulu kulesifundazwe isiSwazi kanye nesiZulu.
isiBhunu isiNgisi isiNdebele isiXhosa isiZulu | isiPedi isiTswana isiSwazi isiTsonga Alukho ulimi oludlula ezinye izilimi |
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.
Izifundazwe zaseNingizimu Afrika | |
---|---|
iFleyistata • iGauteng • Nyakatho Kapa • Ntshonalanga Kapa KwaZulu-Natal • Mpumalanga Kapa • Limpopo • Mpumalanga • Nyakatho-Ntshonalanga |