Jump to content

UMasipala wase Msunduzi

Mayelana Wikipedia

UMasipala waseMsunduzi ungumasipala wendawo ngaphakathi kukaMasipala Wesifunda Umgungundlovu , esifundazweni saKwaZulu-Natali eNingizimu Afrika . Uhlanganisa isidlavela saseMgungundlovu , esiyikomkhulu laKwaZulu-Natali kanye nesizinda somnotho esikhulu sikaMasipala Wesifunda Umgungundlovu.

UMASIPALA WENDAWO WASEMSUNDUZI
Indawo kamasipala wendawo uMsunduzi ngaphakathi KwaZulu-Natal
IZWE iNingizimu Afrika
ISIFUNDAZWE KwaZulu-Natal
ISIFUNDA uMgungundlovu
UMASIPALA uMsunduzi Local Municipality
Uhulumeni
 • IMEYA Mzimkhulu Thebolla
Ubukhulu
 • Jikelele 649 km2 (251 sq mi)
Inani labantu (2011)
 • Jikelele 618,536
 • Iqulu 950/km2 (2,500/sq mi)
Izizwe eziwakhile (2011)
 • AbaMnyama 83.6%
 • AmaKhaladi 2.2%
 • Abomdabu waseNdiya / Ama-Eshiya 10.6%
 • Abamhlophe 3.1%
Izilimu (2011)
 • isiZulu 71.2%
 • isiNgisi 15.9%
 • isiXhosa 4.3%
Isikhathi sendawo SAST (UTC+2)
Ikhodi yocingo 033